Nkeshemba – Ngixolele Mtanami Lyrics

Ngixolele Mtanami Lyrics By Nkeshemba

Ngixolele Mtanami Lyrics
Ngixolele Mtanami Lyrics
  • Artist Nkeshemba
  • Title Ngixolele Mtanami
  • Album Ngixolele Mtanami – Single

Bengicela ungixolele mama womtanami
Angibanga khona es'bhedlela
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Bengicela ungixolele ngane yami
Angibanga khona ekuzalweni kwakho
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Ngesikhathi umama wakho engitshela ukuthi ukhululwe
Ngangingasebenzi ngingenayo nemali yokudla
Namathuba emisebenzi ngalesosikhathi ayengekho
Ngathatha isinqumo sokuthatha i'bhamu ngiyokhomba

Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele

Ngazama ngahluleka mtanami
Kumanje, ngizibona 'ngesikhulu is'hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho ngabe nidlile

Ang'sazi ngiyophuma kanjani na?
Ang'sazi ngiyokubona kanjani na?
Angazi ngiyok'thinta kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Angazi ngiyok'bona kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Angazi ngiyok'thinta kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngikhumbula umama womtanami, yelele
Ngikhumbula ingane yami wowu yelele

READ ALSO  Nkeshemba – Ama 2K Lyrics

Leave A Comment